{
    "boost.headerText": "I-{boostLink}kit ikulethela i-LEGO yakho yokwenza ukuphila kwezinjini ezinamandla, i-sensor yombala kanye nokuningi. Ngokukuhlanganisa ne-Scratch, ungenza izinto zakho ezisebenza ngamarobhothi, uxoxe izindaba ze-physical-digital, ukwenza abalawuli bemidlalo emisha, noma ngabe yini enye ongacabanga ngayo. ",
    "boost.gettingStarted": "Sesizoqala",
    "boost.connectingBoost": "Ukuxhuma i-BOOST ku-Scratch",
    "boost.powerBoost": "Iya ku-sensor yakho ngokucindezela inkinobho yamandla.",
    "boost.useScratch3": "Sebenzisa i-{scratch3Link}ukuhlela. ",
    "boost.addExtension": "Yandisa i-BOOST yokwengezela.",
    "boost.thingsToTry": "Izinto Ongazizama",
    "boost.makeAMotorMove": "Yenza injini ihambe",
    "boost.findTurnMotorOnForSeconds": "Thola ibhulokisi ye-{turnMotorOnForSeconds}bese uyichofoza ukuyivula. ",
    "boost.turnMotorOnForSeconds": "“vula injini A umzuzwana owodwa”",
    "boost.connectALegoBeam": "Xhuma induku ye-LEGO ne-eksizi yenjini A bese uphinde uchofoze ibhulokisi ukwenza ukuthi iphenduphenduke.",
    "boost.starterProjects": "Iphrojekthi zakuqala ",
    "boost.troubleshootingTitle": "Ukuxazulula izinkinga",
    "boost.updateScratchLinkTitle": "Qiniseka ukuthi uneveshini yakamuva ye-Scratch Link",
    "boost.updateScratchLinkText": "Faka i-Scratch Link usebenzise inkinobho engenhla. Situsa ukusebenzisa inqubo yokufaka ye-app store ukuze ikusize ngokugcina iveshini yakho ihambisana nesikhathi.",
    "boost.checkOSVersionTitle": "Qiniseka ukuthi indlela yokusebenza iyahambisana ne-Scratch Link",
    "boost.checkOSVersionText": "Amaveshini avamile ezindlela zokusebenza ahlelwe ngenhla kwaleli khasi. Bheka imiyalelo yokuhlola iveshini yakho ku-{winOSVersionLink}noma ku-{macOSVersionLink}. ",
    "boost.winOSVersionLinkText": "Windows",
    "boost.macOSVersionLinkText": "macOS",
    "boost.closeScratchCopiesTitle": "Vala amanye amakhophi e-Scratch",
    "boost.closeScratchCopiesText": "Ikhophi eyodwa kuphela ye-Scratch engaxhunywa ne-BOOST ngesikhathi esisodwa. Uma une-Scratch esivuliwe kuma-tab esiphequluli, wavale bese uphinde uzama.",
    "boost.otherComputerConnectedTitle": "Qiniseka ukuthi ayikho enye ikhompyutha exhunywe ku-sensor yakho",
    "boost.otherComputerConnectedText": "Ikhompyutha eyodwa kuphela engaxhunywa ku-BOOST ngesikhathi esisodwa. Uma unenye ikhompyutha exhunywe ku-sensor yakho, ungaxhumi i-sensor noma uvale i-Scratch kuleyo khompyutha bese uphinde uzama.",
    "boost.imgAltBoostIllustration": "Umfanekiso we-LEGO BOOST.",
    "boost.imgAltConnectALegoBeam": "I-LEGO BOOST hub ene-eksizi kanye nenduku emfushane exhunywe kunjini A.",
    "boost.feedTheCat": "Yondla Ikati",
    "boost.feedTheCatDescription": "Yondla irobhothi lekati elinezitina ze-LEGO ezinombala.",
    "boost.imgAltFeedTheCat": "Iphrojekthi ye-Scratch enekati elimhlophe",
    "boost.driving": "Ukushayela",
    "boost.drivingDescription": "Ukushayela ujikeleza irobhothi lesondo kanye nokwenza umculo.",
    "boost.imgAltDriving": "Iphrojekthi ye-Scratch enerobhothi eyisondo elinamehlo ",
    "boost.walkAround": "Hambahamba",
    "boost.walkAroundDescription": "Zenzele umlawuli wakho wokuhambisa umlingisi kusikrini.",
    "boost.imgAltwalkAround": "Iphrojekthi ye-Scratch enomlingisi ku-background eluhlaza okotshani"
}