{ "boost.headerText": "I-{boostLink}kit ikulethela i-LEGO yakho yokwenza ukuphila kwezinjini ezinamandla, i-sensor yombala kanye nokuningi. Ngokukuhlanganisa ne-Scratch, ungenza izinto zakho ezisebenza ngamarobhothi, uxoxe izindaba ze-physical-digital, ukwenza abalawuli bemidlalo emisha, noma ngabe yini enye ongacabanga ngayo. ", "boost.gettingStarted": "Sesizoqala", "boost.connectingBoost": "Ukuxhuma i-BOOST ku-Scratch", "boost.powerBoost": "Iya ku-sensor yakho ngokucindezela inkinobho yamandla.", "boost.useScratch3": "Sebenzisa i-{scratch3Link}ukuhlela. ", "boost.addExtension": "Yandisa i-BOOST yokwengezela.", "boost.thingsToTry": "Izinto Ongazizama", "boost.makeAMotorMove": "Yenza injini ihambe", "boost.findTurnMotorOnForSeconds": "Thola ibhulokisi ye-{turnMotorOnForSeconds}bese uyichofoza ukuyivula. ", "boost.turnMotorOnForSeconds": "“vula injini A umzuzwana owodwa”", "boost.connectALegoBeam": "Xhuma induku ye-LEGO ne-eksizi yenjini A bese uphinde uchofoze ibhulokisi ukwenza ukuthi iphenduphenduke.", "boost.starterProjects": "Iphrojekthi zakuqala ", "boost.troubleshootingTitle": "Ukuxazulula izinkinga", "boost.updateScratchLinkTitle": "Qiniseka ukuthi uneveshini yakamuva ye-Scratch Link", "boost.updateScratchLinkText": "Faka i-Scratch Link usebenzise inkinobho engenhla. Situsa ukusebenzisa inqubo yokufaka ye-app store ukuze ikusize ngokugcina iveshini yakho ihambisana nesikhathi.", "boost.checkOSVersionTitle": "Qiniseka ukuthi indlela yokusebenza iyahambisana ne-Scratch Link", "boost.checkOSVersionText": "Amaveshini avamile ezindlela zokusebenza ahlelwe ngenhla kwaleli khasi. Bheka imiyalelo yokuhlola iveshini yakho ku-{winOSVersionLink}noma ku-{macOSVersionLink}. ", "boost.winOSVersionLinkText": "Windows", "boost.macOSVersionLinkText": "macOS", "boost.closeScratchCopiesTitle": "Vala amanye amakhophi e-Scratch", "boost.closeScratchCopiesText": "Ikhophi eyodwa kuphela ye-Scratch engaxhunywa ne-BOOST ngesikhathi esisodwa. Uma une-Scratch esivuliwe kuma-tab esiphequluli, wavale bese uphinde uzama.", "boost.otherComputerConnectedTitle": "Qiniseka ukuthi ayikho enye ikhompyutha exhunywe ku-sensor yakho", "boost.otherComputerConnectedText": "Ikhompyutha eyodwa kuphela engaxhunywa ku-BOOST ngesikhathi esisodwa. Uma unenye ikhompyutha exhunywe ku-sensor yakho, ungaxhumi i-sensor noma uvale i-Scratch kuleyo khompyutha bese uphinde uzama.", "boost.imgAltBoostIllustration": "Umfanekiso we-LEGO BOOST.", "boost.imgAltConnectALegoBeam": "I-LEGO BOOST hub ene-eksizi kanye nenduku emfushane exhunywe kunjini A.", "boost.feedTheCat": "Yondla Ikati", "boost.feedTheCatDescription": "Yondla irobhothi lekati elinezitina ze-LEGO ezinombala.", "boost.imgAltFeedTheCat": "Iphrojekthi ye-Scratch enekati elimhlophe", "boost.driving": "Ukushayela", "boost.drivingDescription": "Ukushayela ujikeleza irobhothi lesondo kanye nokwenza umculo.", "boost.imgAltDriving": "Iphrojekthi ye-Scratch enerobhothi eyisondo elinamehlo ", "boost.walkAround": "Hambahamba", "boost.walkAroundDescription": "Zenzele umlawuli wakho wokuhambisa umlingisi kusikrini.", "boost.imgAltwalkAround": "Iphrojekthi ye-Scratch enomlingisi ku-background eluhlaza okotshani" }