{ "credits.title": "Ababongwayo & Abafake Isandla ku-Scratch", "credits.developers": "I-Scratch yenziwe, ithuthukiswe, futhi yalungiswa yi-Lifelong Kndergarten Group e-MIT Media Lab:", "credits.moderators": "Iqembu labalawuli liphatha, lisekele, futhi lithuthukise i-Scratch online community:", "credits.previousTitle": "Amalungu Eqembu le-MIT Scratch angaphambilini", "credits.previousBody": "Iminikelo eminingi ebalulekile yenziwe amalungu Eqembu le-Scratch angaphambilini, ahlanganisa uJohn Maloney (owahola ukwenziwa kwesofthiwe yeshumi lokuqala le-Scratch) kanye no-Andrés Monroy-Hernández (owahola ukwenziwa kwewebhusayithi yokuqala ye-Scratch community). Abanye abenza umnikelo bahlanganisa:", "credits.partnersTitle": "Abalingani Bokuklama Nokuthuthukisa", "credits.researchersIntro": "Ucwaningo lwe-Scratch lwenziwa amalungu Eqembu le-MIT Scratch kanye nabacwaningi kwamanye amanyuvesi, abahlanganisa:", "credits.partnersBody": "UPaula Bontá noBrian Silverman, i-Playful Invention Company (eyaqala ukufaka isandla ekuklameni i-Scratch ngisho nangaphambi kokuba ibizwe ngokuthi yi-Scratch).", "credits.researchersTitle": "Abacwaningi be-Scratch", "credits.researchersBody": "I-{scratchResearchLink}yenziwe amalungu Eqembu le-MIT Scratch kanye nabacwaningi kwamanye amanyuvesi, abahlanganisa: ", "credits.researchLinkText": "Ucwaningo nge-Scratch", "credits.researchersContributors": "UYasmin Kafai (owabambisana ne-{nsfLink}) e-University of Pennsylvania Graduate School of Education, uKaren Brennan (ohola e-{scratchEdLink}) eHarvard Graduate School of Education, uBenjamin Mako Hill e-University of Washington, u-Andrés Monroy Hernández eMicrosoft Research, uMimi Ito kanye noCrystle Martin e-University of California, u-Irvine, u-Quinn Burke eCollege of Charleston, uDeborah Fields e-Utah State University, noKylie Peppler e-Indiana University.", "credits.researchNSFLinkText": "I-NSF Scratch grant yokuqala", "credits.researchScratchEdLinkText": "I-ScratchEd project", "credits.acknowledgementsTitle": "Ababongwayo", "credits.acknowledgementsContributors": "Abantu abalandelayo nabo bafake isandla ekuthuthukiseni nasekusekeleni i-Scratch eminyakeni eyedlule:", "credits.acknowledgementsTranslators": "Ngosizo lwe-{translatorsLink} emhlabeni wonke, i-Scratch siyatholakala ngezilimi eziningi.", "credits.acknowledgementsTranslatorsLinkText": "Abahumushi be-Scratch", "credits.acknowledgementsCommunity": "Siyazisa kakhulu yonke iminikelo eyenziwe amalungu e-Scratch community asemhlabeni wonke, abaye baqondisa indlela yokusebenza ye-Scratch ngokwabelana ngamaphrojekthi, ukuphawula, kanye nemibono yabo.", "credits.acknowledgementsInfluencers": "Imibono kaSeymour Papert kanye no-Alan Kay isikhuthaze ngokujulile futhi yathonya umsebenzi wethu ku-Scratch.", "credits.supportersTitle": "Izinhlangano Ezisekelayo", "credits.supportersFinancialHeader": "Izinhlangano ezilandelayo ziye zasekela kakhulu ngokwezimali i-Scratch:", "credits.supportersServicesHeader": "Izinhlangano ezilandelayo zinikele ngezinkonzo zazo ekusizeni ngokugcina iphrojekthi ye-Scratch isebenza:", "credits.supportersOpenHeader": "I-Scratch beyingeke ibe khona ngaphandle kwesofthiwe yamahhala nenomthombo ovulekile, okuhlanganisa:", "credits.currentSponsors": "Abaxhasi Bamanje", "credits.currentFinancialSupport": "Izinhlangano ezilandelayo zisekela kakhulu ngokwezimali i-Scratch:", "credits.translationsTitle": "Abahumushi", "credits.illustrationsTitle": "Imifanekiso", "credits.acknowledgementsIllustrations": "Sibonga kakhulu abadwebi abalandelayo ngokufaka isandla kwabo kumtapo wabalingisi be-Scratch:", "credits.soundsTitle": "Imisindo", "credits.pastContributors": "Abanikele Esikhathini Esedlule", "credits.pastContributorsThanks": "Iminikelo eminingi ebalulekile yenziwe amalungu Eqembu le-Scratch angaphambilini, ahlanganisa uJohn Maloney (owahola ukwenziwa kwesofthiwe yeshumi lokuqala le-Scratch) kanye no-Andrés Monroy-Hernández (owahola ukwenziwa kwewebhusayithi yokuqala ye-Scratch community).", "credits.otherContributors": "Abanye abenza umnikelo bahlanganisa:", "credits.acknowledgementsSounds": "Umtapo womsindo we-Scratch usebenzisa izinsiza-kufundisa zamahhala zomsindo ku-Adobe.com, Archive.org, FreeMusicArchive.org, FreeSound.org, naku-Incompetech.com.", "credits.soundsThanks": "Sibonga uNina Paley we-Archive.org; uKellee Maize, uPeter Rudenko, noChris Zabriskie we-FreeMusicArchive.org; noKevin MacLeod we-Incompetech.com. Sibonga amaciko alandelayo ku-freesound.org:" }