2019-02-12 04:55:07 -05:00
{
2020-12-02 22:14:35 -05:00
"credits.title" : "Ababongwayo & Abafake Isandla ku-Scratch" ,
"credits.developers" : "I-Scratch yenziwe, ithuthukiswe, futhi yalungiswa yi-Lifelong Kndergarten Group e-MIT Media Lab:" ,
"credits.moderators" : "Iqembu labalawuli liphatha, lisekele, futhi lithuthukise i-Scratch online community:" ,
"credits.previousTitle" : "Amalungu Eqembu le-MIT Scratch angaphambilini" ,
"credits.previousBody" : "Iminikelo eminingi ebalulekile yenziwe amalungu Eqembu le-Scratch angaphambilini, ahlanganisa uJohn Maloney (owahola ukwenziwa kwesofthiwe yeshumi lokuqala le-Scratch) kanye no-Andrés Monroy-Hernández (owahola ukwenziwa kwewebhusayithi yokuqala ye-Scratch community). Abanye abenza umnikelo bahlanganisa:" ,
"credits.partnersTitle" : "Abalingani Bokuklama Nokuthuthukisa" ,
"credits.researchersIntro" : "Ucwaningo lwe-Scratch lwenziwa amalungu Eqembu le-MIT Scratch kanye nabacwaningi kwamanye amanyuvesi, abahlanganisa:" ,
"credits.partnersBody" : "UPaula Bontá noBrian Silverman, i-Playful Invention Company (eyaqala ukufaka isandla ekuklameni i-Scratch ngisho nangaphambi kokuba ibizwe ngokuthi yi-Scratch)." ,
"credits.researchersTitle" : "Abacwaningi be-Scratch" ,
"credits.researchersBody" : "I-{scratchResearchLink}yenziwe amalungu Eqembu le-MIT Scratch kanye nabacwaningi kwamanye amanyuvesi, abahlanganisa: " ,
"credits.researchLinkText" : "Ucwaningo nge-Scratch" ,
"credits.researchersContributors" : "UYasmin Kafai (owabambisana ne-{nsfLink}) e-University of Pennsylvania Graduate School of Education, uKaren Brennan (ohola e-{scratchEdLink}) eHarvard Graduate School of Education, uBenjamin Mako Hill e-University of Washington, u-Andrés Monroy Hernández eMicrosoft Research, uMimi Ito kanye noCrystle Martin e-University of California, u-Irvine, u-Quinn Burke eCollege of Charleston, uDeborah Fields e-Utah State University, noKylie Peppler e-Indiana University." ,
"credits.researchNSFLinkText" : "I-NSF Scratch grant yokuqala" ,
"credits.researchScratchEdLinkText" : "I-ScratchEd project" ,
"credits.acknowledgementsTitle" : "Ababongwayo" ,
"credits.acknowledgementsContributors" : "Abantu abalandelayo nabo bafake isandla ekuthuthukiseni nasekusekeleni i-Scratch eminyakeni eyedlule:" ,
"credits.acknowledgementsTranslators" : "Ngosizo lwe-{translatorsLink} emhlabeni wonke, i-Scratch siyatholakala ngezilimi eziningi." ,
"credits.acknowledgementsTranslatorsLinkText" : "Abahumushi be-Scratch" ,
"credits.acknowledgementsCommunity" : "Siyazisa kakhulu yonke iminikelo eyenziwe amalungu e-Scratch community asemhlabeni wonke, abaye baqondisa indlela yokusebenza ye-Scratch ngokwabelana ngamaphrojekthi, ukuphawula, kanye nemibono yabo." ,
"credits.acknowledgementsInfluencers" : "Imibono kaSeymour Papert kanye no-Alan Kay isikhuthaze ngokujulile futhi yathonya umsebenzi wethu ku-Scratch." ,
"credits.supportersTitle" : "Izinhlangano Ezisekelayo" ,
"credits.supportersFinancialHeader" : "Izinhlangano ezilandelayo ziye zasekela kakhulu ngokwezimali i-Scratch:" ,
"credits.supportersServicesHeader" : "Izinhlangano ezilandelayo zinikele ngezinkonzo zazo ekusizeni ngokugcina iphrojekthi ye-Scratch isebenza:" ,
"credits.supportersOpenHeader" : "I-Scratch beyingeke ibe khona ngaphandle kwesofthiwe yamahhala nenomthombo ovulekile, okuhlanganisa:" ,
"credits.currentSponsors" : "Abaxhasi Bamanje" ,
"credits.currentFinancialSupport" : "Izinhlangano ezilandelayo zisekela kakhulu ngokwezimali i-Scratch:" ,
"credits.translationsTitle" : "Abahumushi" ,
"credits.illustrationsTitle" : "Imifanekiso" ,
"credits.acknowledgementsIllustrations" : "Sibonga kakhulu abadwebi abalandelayo ngokufaka isandla kwabo kumtapo wabalingisi be-Scratch:" ,
2019-02-12 04:55:07 -05:00
"credits.soundsTitle" : "Imisindo" ,
2020-12-02 22:14:35 -05:00
"credits.pastContributors" : "Abanikele Esikhathini Esedlule" ,
"credits.pastContributorsThanks" : "Iminikelo eminingi ebalulekile yenziwe amalungu Eqembu le-Scratch angaphambilini, ahlanganisa uJohn Maloney (owahola ukwenziwa kwesofthiwe yeshumi lokuqala le-Scratch) kanye no-Andrés Monroy-Hernández (owahola ukwenziwa kwewebhusayithi yokuqala ye-Scratch community)." ,
"credits.otherContributors" : "Abanye abenza umnikelo bahlanganisa:" ,
"credits.acknowledgementsSounds" : "Umtapo womsindo we-Scratch usebenzisa izinsiza-kufundisa zamahhala zomsindo ku-Adobe.com, Archive.org, FreeMusicArchive.org, FreeSound.org, naku-Incompetech.com." ,
"credits.soundsThanks" : "Sibonga uNina Paley we-Archive.org; uKellee Maize, uPeter Rudenko, noChris Zabriskie we-FreeMusicArchive.org; noKevin MacLeod we-Incompetech.com. Sibonga amaciko alandelayo ku-freesound.org:"
2019-02-12 04:55:07 -05:00
}